< Return to Video

7 uHerode ubeka uPethro ejele

  • 0:00 - 0:03
    Inkosi uHerode wabopha
    uPethro nabanye ababengabensonto
  • 0:03 - 0:05
    futhi wayehlela ukubahlukumeza
  • 0:05 - 0:07
    Wathi esebulele
    uJames ngenkemba.
  • 0:07 - 0:10
    njalo wabona ukuthi amaJuda
    avumelana njani nalokhu
  • 0:10 - 0:12
    wathatha noPetru.
  • 0:14 - 0:17
    UPetru wayelindwe nga maqembu amane
  • 0:17 - 0:19
    wamabutho amane.
  • 0:19 - 0:21
    SasiKhathazeke kakhulu
    ngempilakahle yakhe,
  • 0:21 - 0:23
    njalo insonto yamthandazela ngobuqotho.
  • 0:26 - 0:29
    Ngemva kobusuku uHerod
    owayezomgweba ngalo,
  • 0:29 - 0:31
    uPetru waye lele phakathi
    kwamasoshaamabili,
  • 0:31 - 0:34
    Eboshwe ngekethana njalo elindwe
    ngabalindi emnyango.
  • 0:34 - 0:37
    Kungazelwa, ingilosi
    yenkosi yavela
  • 0:37 - 0:39
    ikwakhanya iseli lonke.
  • 0:39 - 0:41
    Ingelosi yashaya uPetru eceleni
    ukuze imvuse.
  • 0:41 - 0:44
    Ikhethane lawa ezihlakaleni zakhe.
  • 0:44 - 0:47
    Walandela ingilosi
    njengokutshelwa kwakhe
  • 0:47 - 0:49
    ephuma ejele,
    edlula abalindi,
  • 0:49 - 0:52
    esiya esangweni ledolobha.
  • 0:54 - 0:57
    Abantu abaningi babethandaza
    bonke endlini kaMariya,
  • 0:57 - 0:59
    uMama kaJohn.
  • 0:59 - 1:02
    Ngiyisisebenzi endlini,
    ngezwa ukuqoqoda emnyango
  • 1:08 - 1:10
    Ngokuqaphela,
    ngahamba ngaya vula umyango,
  • 1:10 - 1:13
    ngethuka,
    ngibona uPetru emile.
  • 1:13 - 1:17
    Sasimthandazela manje
    ngobuqotho esejele.
  • 1:19 - 1:22
    Ukuthandaza sihlangene
    kwasebenza futhi,
  • 1:22 - 1:25
    Njalo ilizwi likaNkulunkulu
    laqubeka lisanda
Title:
7 uHerode ubeka uPethro ejele
Description:

Inkosi uHerode wabopha uPethro nabanye ababengabensonto futhi wayehlela ukubahlukumeza.

more » « less
Video Language:
English
Team:
Team Adventist
Project:
Artv
Duration:
01:31
Cindy Hurlow approved Zulu subtitles for 7 Herod puts Peter in Prison
Cindy Hurlow edited Zulu subtitles for 7 Herod puts Peter in Prison
Cindy Hurlow accepted Zulu subtitles for 7 Herod puts Peter in Prison
Cindy Hurlow edited Zulu subtitles for 7 Herod puts Peter in Prison
Darren Bridenbeck (Amara Staff) rejected Zulu subtitles for 7 Herod puts Peter in Prison
Fran Ontanaya edited Zulu subtitles for 7 Herod puts Peter in Prison
Fran Ontanaya edited Zulu subtitles for 7 Herod puts Peter in Prison

Zulu subtitles

Revisions Compare revisions