-
(music) (David Trim) Leyi voti, yeBrithani ukuba
itshiye Inhlanganiso yokubambana kwamazwe eYurophu,
-
kuzakuba lemiphumela enzima
esingeke siyenelesi ukuicabange .
-
Okhunye siyenelisa
kodwa okhunenge asenelisi.
-
Okwakhatesi, kunzima ukubona
-
ukwehlukana kwembali yamazwe lawa lembali yenzondo epakhati kwawo, kunzima ukuwabona ebambana ndawonye.
-
I European Union yadalwa
Ngembi yomhlaba yesibili.
-
Ngenxa yembi leyi enkulu kangaka,
isizukulwane sabantu
-
baseYurophu sathi
" Asisafuni ukwenza lokho futhi! '
-
Kwabakhona ukuvumelana ukuthi
uma ufuna ukutula kulondolozeke,
-
kudingeka ukuba ngandlela-thile
izimiso sezonotho
-
eingasoze zimbangele inzondo
kumbe imvukela.
-
Abantu abanengi ngeke bakwazi
ukuthi inkolo
-
yancedisa kangakanani ekusungulweni
-
kwenhlangano kwezonotho yase Yurophu.
-
Kusekhona impikiswano nenkolo
pakati kweEuropean Union .
-
Ekuqaliseni komnyaka ya2000, uMongameli
we -European Commission ngaleso sikhathi
,
-
Romano Prodi ,
empeleni wanyathelisa ibhuku.
-
Lalotshwa ngolimi lweItalian, kodwa
isihloko salo sitsho, " Umqondo we Yuropha " .
-
Wathi : "Kuyini okungabambanisa
amazwe wonge laba amaningi ehlukeneyo ?
-
Akwanelanga ukuti abanotiliyo
baphakamise ukubambana kwezombusazwe .
-
Kumelwe ukuthi ukhona
lomthombo othile owamasiko . "
-
Wathi : " Into eyodwa
abantu bonke baseYurophu balayo efanayo ,
-
into eyodwa engasienza sibambane,
-
ubuqotho eSontweni. "
-
Kodwa wayengumuntu wase
Italy. Wayesitsho ukuthini ?
-
Wayetsho , iSonto
LamaRoman Katolika .
-
(Gerald Klinger) Yikho zabantu bazama
ukwenza Europe ibe Umthombo
-
kodwa isikhati esinengi
bengayenelesi.
-
Cabanga nguNapoleon:
konke kwakungathi kuphelele
kodwa nokho , ngemvha kweminyakeni eyitshumi , futhi kwapela .
-
Cabanga ngoHitler :
laye wehluleka .
-
Njengo muntu weYurophu, ngakhula ngile umbuzo :
" Yurophu ingena kanjani isiprofitheni seBhayibhili ? "
-
Daniyeli isahluko 2 : Inkosi waba
lephupho-UNebukhadinezari waba lephupho -
-
kulelo phupho , ebona
umfanekiso omkhulu, isithombi esinhle .
-
Izinsimbi ezihlukeneko zisetjenzisiwe
zikhombise imibuso eyehlukeneyo.
-
Yena waqala njengekhanda , ikhanda legolide ,
IBhabhiloni , amaMede namaPhesiya , umbuso wesiGreki
-
ekugcineni ,umbuso wamaRoma
waba namandla ,
-
kodwa kukhona enye into.
Emanzwaneni , nezinyawo ,
-
ezenziwe ngobumba
oluhlanganiswe nensimbi .
-
Kodwa uDaniyeli , ngandlela-thile, uthi :
" Zangeke zanamathelane .
-
Ezinye zinamandla , kodwa ezinye zibuthakathaka."
Lokhu kubonakala indaba yeYurophu.
-
Ikakhulukazi kuvela umumo wezinto ezisanda
ukuyenzakala- isimo seGreece, Spain , Italy , Cyprus -
-
lapho amazwe e-EU osenyakatho,
abonakala njengani ayabacindezela,
-
lokungenela ezindabeni zabantu
ngesikhathi ezisifunayo
-
zonke izinhlobo zenzondo
zobuzwe ezazibonakala njengani
-
pakhati kwamanxiwa eMpi Yomhlaba yesibili, futhi ezingazange zababonakala iminyaka engu-70 seziphenduka,
-
ngandlela-thile ngomlingo futhi
bande kuphinde kwande.
-
Ngakho sikhangelé wonke lawa amasigqi esembusweni
yeUnion yeYurophu, enye
-
yenotho ezintathu zinkulu kulazo zonke ,
umelekeleli omkhulu kuzo ezivikelana ndawonye
-
nge nqubomgomo wangaphandle,
ukushiya - kuzadala isikhala enhliziyweni .
-
Isiprofetheni akuyona njento
-
ethile ethakazelisa ukuyifunda, njenge, mabhukwini ezomlando , noma ezifundweni zeBhayibheli .
-
Sithola umbombo wethu ,leziqondiso
kumbe umfanekiso omkhulu
-
esiprofetheni .
-
UmBhalo usitshela ukuthi ngeke
kube khona enye iYuropha ebambaneyo,
-
izaba ubuthakathaka njalo kolunye
uhlangothi iqinile, njenge esikubonayo.
-
Kodwa akukho lapho indaba ephelela
khona. UDaniyeli isahluko 2 akucini nge
-
sithombe esile nyawo zebumba
olihlanganiswe nensimbi .
-
Kukhona idwala: elincane ekuqaleni,kodwa
lelo dwala libhidliza umfanekiso wonke.
-
Lelo idwala eliba idwala elikhulu
nguJesu Kristu .
-
Umbuso omusha. Umbuso kaNkulunkulu .