Return to Video

MasterFirefoxOS.com: Camera & Gallery

  • 0:07 - 0:14
    Ukushutha, ukugcina nokwabelana ngezithombe namavidiyo sekwaba lula ngokusebenzisa ikhamera ye-Firefox OS nama-app eGalari.
  • 0:14 - 0:17
    I-HDR yenza abathengi bakho
    bakwazi ukushutha izithombe ezinhle
  • 0:18 - 0:22
    futhi bangasebenzisa nensiza yokukala isikhathi ukuze bazishuthe ama-selfies amahle kakhulu benabangani babo.
  • 0:23 - 0:27
    Zonke izithombe zabo ziyazivelela kugalari
    ukuze uphequlula uhlele izithombe.
  • 0:30 - 0:33
    Bangazama nezicwengi-zithombe ezisestayeleni
  • 0:39 - 0:40
    banqume izithombe zabo
  • 0:46 - 0:49
    banyuse amasethingi okukhanya kwezithombe
  • 0:54 - 0:56
    futhi kunezindlela eziningi
    zokwabelana ngezithombe zabo,
  • 0:56 - 1:01
    ikhamera enawo wonke amafisha kanye negalari yezithombe kuzokwenza obashuthayo behlezi bemamatheka.
Title:
MasterFirefoxOS.com: Camera & Gallery
Description:

more » « less
Video Language:
English
Duration:
01:04

Zulu subtitles

Revisions