Return to Video

NatureNow: Greta Thunberg and George Monbiot make short film on the climate crisis

  • 0:02 - 0:04
    Lokhu akukhona ukumasha.
  • 0:04 - 0:07
    Igama lami nguGreta Thunberg
  • 0:07 - 0:10
    Siphila ekuqaleni kokuqothulwa okukhulu.
  • 0:11 - 0:14
    Isimo sethu sezulu siyawohloka.
  • 0:14 - 0:18
    Izingane ezinjengami zidela imfundo ukuze zibhikishe.
  • 0:19 - 0:21
    Kodwa sisengakulungisa lokhu.
  • 0:21 - 0:23
    Usengakulungisa lokhu.
  • 0:23 - 0:27
    Ukuze sisinde, sidinga ukuyeka ukushisa izinto ezimbiwayo, kodwa lokhu kukodwa akwanele.
  • 0:27 - 0:30
    Kukhulunywa ngamakhambi amaningi, kodwa kuthiwani ngekhambi eliphambi
  • 0:30 - 0:33
    kwethu ngqo?
  • 0:33 - 0:35
    Ngizodedela umngane wami uGeorge achaze.
  • 0:36 - 0:38
    Kunomshini ongumlingo omunca ikhabhoni emoyeni, ubiza kancane
  • 0:38 - 0:43
    futhi uyazakha.
  • 0:43 - 0:44
    Ubizwa... isihlahla.
  • 0:44 - 0:46
    Isihlahla yisibonelo sekhambi lemvelo lesimo sezulu.
  • 0:47 - 0:48
    Imihlume, amaxhaphozi, amahlathi, ukujula kolwandle, amahlathi e-kelp, izixhobo zamakhorali,
  • 0:48 - 0:49
    zithatha ikhabhoni emoyeni futhi ziyivalele.
  • 0:49 - 0:54
    Imvelo iyithuluzi esingalisebenisa ukulungisa isimo sethu sezulu esonakele.
  • 0:54 - 0:57
    Lamakhambi emvelo esimo sezulu angenza umehluko omkhulu.
  • 0:57 - 0:59
    Kuyancomeka, ne?
  • 0:59 - 1:03
    Kodwa kuphela uma nathi singaziyeka izinto ezimbiwayo emhlabathini.
  • 1:03 - 1:08
    Nakhu okubi ... okwamanje siyakuziba.
  • 1:09 - 1:12
    Sichitha okuphindwe ngaphezu kwesigidi emixhasweni yezinto ezimbiwayo
  • 1:12 - 1:14
    kunamakhambi emvelo.
  • 1:14 - 1:18
    Amakhambi emvelo esimo sezulu athola u-2% nje
  • 1:20 - 1:22
    wayo yonke imali esetshenziselwa ukubhekana nokuwohloka kwesimo sezulu.
  • 1:22 - 1:24
  • 1:26 - 1:31
    Lena yimali yakho, yintela yakho nokonga kwakho.
  • 1:31 - 1:33
    Okubi nakakhulu, khona manje ngesikhathi esidinga imvelo nakakhulu ngaso
  • 1:33 - 1:35
    siyicekela phansi ngokushesha kunanini.
  • 1:35 - 1:39
    Usuku ngalunye kushabalala izinhlobo zezilwane ezingaba ngu-200.
  • 1:39 - 1:41
    Ingxenye enkulu yeqhwa lase-Arctic ayisekho.
  • 1:41 - 1:43
    Iningi lezilwane zethu zasendle alisekho.
  • 1:44 - 1:45
    Inngxenye enkulu yenhlabathi yethu ayisekho.
  • 1:45 - 1:47
    Ngakho ke yini okumele siyenze ?
  • 1:47 - 1:50
    Yini okumele uyenze?
  • 1:50 - 1:54
    Kulula ... kudingeka sivikele, sibuyisele futhi sihlinzeke ngemali.
  • 1:54 - 1:57
    Vikela.
  • 1:57 - 1:59
    Amahlathi emvula agawulwa
  • 1:59 - 2:01
    ngezinga lezinkundla zebhola lezinyawo ezingu-30 ngomzuzu.
  • 2:01 - 2:03
    Lapho imvelo yenza okuthile okubalulekile, kufanele siyivikele.
  • 2:03 - 2:04
    Buyisela
  • 2:04 - 2:05
    Ingxenye enkulu yomhlaba wethu yonakele.
  • 2:05 - 2:06
    Kodwa imvelo ingazivuselela
  • 2:06 - 2:07
    futhi singasiza umphakathi wemvelo ubuyele esimweni.
  • 2:07 - 2:09
    Hlinzeka ngemali.
  • 2:09 - 2:10
    Kudingeka siyeke ukuhlinzeka ngemali izinto ezibulala imvelo
  • 2:10 - 2:11
    futhi sikhokhele izinto eziyisizayo.
  • 2:11 - 2:13
    Kulula kanjalo.
  • 2:13 - 2:16
    Vikela, Buyisela, hlinzeka ngemali.
  • 2:16 - 2:19
    Lokhu kungenzeka kuyo yonke indawo.
  • 2:19 - 2:21
    Abantu abaningi sebeqalile ukusebenzisa amakhambi emvelo esimo sezulu.
  • 2:21 - 2:22
    Kudingeka sikwenze ngezinga eliphezulu.
  • 2:22 - 2:25
    Ungaba yingxenye yalokhu.
  • 2:25 - 2:27
    Votela abantu abavikela imvelo.
  • 2:27 - 2:30
    Thumela levidiyo kwabanye.
  • 2:31 - 2:32
    Khuluma ngalokhu.
  • 2:33 - 2:36
    Emhlabeni wonke jikelele kunezinhlangano ezmangalisayo ezilwela imvelo.
  • 2:36 - 2:38
    Hlanganyela nazo!
  • 2:39 - 2:41
    Konke kubalulekile.
  • 2:41 - 2:42
    Okwenzayo kubalilekile.
Title:
NatureNow: Greta Thunberg and George Monbiot make short film on the climate crisis
Description:

Environmental activists Greta Thunberg and George Monbiot have helped produce a short film highlighting the need to protect, restore and use nature to tackle the climate crisis.

Living ecosystems like forests, mangroves, swamps and seabeds can pull enormous quantities of carbon from the air and store them safely, but natural climate solutions currently receive only 2% of the funding spent on cutting emissions.

The film’s director, Tom Mustill of Gripping Films, said: 'We tried to make the film have the tiniest environmental impact possible. We took trains to Sweden to interview Greta, charged our hybrid car at George’s house, used green energy to power the edit and recycled archive footage rather than shooting new.'

#naturenow #climatecrisis #gretathunberg

CREDITS

Narrators: Greta Thunberg & George Monbiot
Director: Tom Mustill
Producer: Triangle Monday
DoP & Editor: Fergus Dingle
Sound: Shaman Media
GFX: Paraic Mcgloughlin
Online: Bram De Jonghe
Picture Post: Special Treats Productions
Mix: Mcasso Music
Audio Post: Tom Martin
NCS Guidance: Charlie Lat
Music: Rone / InFiné Music

The Independent film by Gripping Films(Tom Mustill) was supported by:
Conservation International
Food and Land Use Coalition
Gower St

With guidance from
Nature4Climate

Natural Climate Solutions

www.grippingfilms.com

FIND OUT MORE:
#naturenow
www.naturalclimate.solutions

more » « less
Video Language:
English
Team:
Amplifying Voices
Project:
Environment and Climate Change
Duration:
03:41

Zulu subtitles

Revisions Compare revisions