Singadweba indingiliza futhi. amane, amahlanu amacephu ezithelo. izinkanyezi, ezintathu izinkanyezi kulokho. okuhlanu, isithupha, isikhombisa, isishagalombili, isishagalolunye, ishumi, ishumi nalunye, ishumi nambili. Kwi sifundo esindlule sifunde ukuhlanganisa esikwaziyo masithathe izinumba ezincane isibonelo, uma sihlanganise ukuthathu nokubili, kuthathe ngalendlela mhlawumbe nginama lemoni -- enye, ezimbili, ezintathu futhi uma besi hlanganisa lawo ma lemon mhlawumbe nama lime amabili kuba yi lime noma amalime? masivele, kuma lemoni amabili aluhlaza noma amabili futhi ama cephe esithelo mangakhi ama tart, izithelo ezimuncu engisele nazo? kahlekahle, sifunde kwi video endlule besinenye, amambili, amathathu Njalo okuthathu sikuhlanganisa nokubili kulingana nokuhlanu. Futhi sibonile ukuthi kuyafana nokuthi sihlanganise okubili nokuthathu. Futhi ngicabanga ukuthi kwenza ingqondo ngoba kuyafana nokuqala ngokuthi, muhlawumbe unama lemoni amabili futhi uhlanganisa amalime amathathu kuwo. Uzogcina usele nezithele ezinhlanu. Okunye, okubili, okuthathu, okune, okuhlanu... Kanjalo njalo Pho akunandaba indlela ohlanganisa ngayo, uzothola okuhlanu. Futhi lendlela yokucabanga ngokuhlanganisa ngiyibona njengendlela yokucabanga ngendlela yokuhlanganisa. Enye into esiyibonile kwi video yokugcina yinguquko yomugqa wezinombolo futhi ziyinto efanayo nje. Njalo singadweba umugqa. Futhi konke umugqa wezinombolo oyikho, uhlela zonke izinombolo ngokulandelana. Uhlela zonke izinombolo futhi ungaya phezulu njengoba ufuna. Ungaya uze ufike kwi million, gazillion, trillion. Ngeke sikwenze lokho; Ngeke ngibe nesikhala noma isikhathi ku levideo ukwenza lokhu. Futhi ungaya phansi njengoba kungenzeka. soqala ngeqanda, thatha njengeqiniso -- kuma video azayo ngizonitshela ngezinumba ezincane kuneqanda Futhi muhlawumbe ungacabanga ukuthi lokho kungachazani namuhla ebusuku. Futhi masiqale kwi qanda, futhi iqanda lisho okungekho. uma ngineqanda lama lemoni, kusho ukuthi anginawo amalemoni. Njalo iqanda, okunye, okubili, okuthathu, okune, okuyisithupha, isikhombisa, isishagalombili, isishagalolunye, ishumi nanye -- masiye phezulu kakhulu. ishumi nambili. Ngaleyo ndlela ngingasebenzisa umugqa wezinombolo. ishumi nantathu, ishumi nane, ngingaqhubeka ngihambe, kodwa muhlawumbe ishumi nanye lizo kwanela kule video. Kodwa masisebenzise umugqa wezinombolo kulokhu kuhlanganisa lezinkinga lapha. Njalo ku video yokugcina, uma sibuyekeza, ungabheka okuthathu ukuhlanganisa nokubili njengokuqala ngokuthathu futhi sihlanganisa okubili kukho. noma siya kokubili okukhulu kunokuthathu. Futhi umasiya phezulu noma sihlanganisa kumugqa wezinombolo siya kwesokudla noma siya phezulu ngokubili. Njalo masiye phezulu ngokubili. Ngizokwenza lokhu kulombala weolintshi. Masiye phezulu ngokubili. Njalo siqale kokuthathu futhi siya phezulu ngokunye. Futhi bese siya phezulu ngokubili, noma sigxume, futhi sigcina kokuhlanu. Okuyikho kanye esikuthole ngokwendlule. Uma sinama lemoni amathathu, songeza ngeyodwa, sibe nama lemoni amane. Sifaka enye ilemon, sinama lemoni amahlanu noma ama lime noma amaphisi amuncu. izithelo, noma yini ongafuna ukuyisho. Futhi uma ubheka kulenguqulo yakho uma uguqula uhlelo, siqala kokubili sihlanganisa izinto ezintathu kukho. kulokhu, bekunama lemoni noma amalimes Njalo sizofaka okuthathu kukho. Okunye, okubili, okuthathu Futhi njengoba besilindele, sithole into eyodwa. Sithela okuhlanu futhi. Manje engifuna ukukwenza kule video futhi engithemba bekuyindlela yokuzikhumbuza, uma ngifuna ukusukela izinkinga ezinzima. Ngifuna ukusukela izinamba eziningana. Futhuke kule video elandelayo -- futhi kule video ngifuna ukukunikeza umsebenzi wokuzijwayeza ngokusebenza ngezi namba ezinkulu. Futhi kule video elandelayo sizocacisa kakhulu futhi sicabange ukuthi zichazani izinamba. Kodwa masithole ukuziqeqesha ngokwazi ukuthi uhlanganisa kanjani izinkinga ezinezinamba ezinkulu? Ithi ngiyibhale kahle, ngombala o phephuli. Masithi bengifuna ukuhlanganisa u 9 no 3. Ziningi izindlela zokwenza lokho. Singathi, asibone. Muhlawumbe ngingadweba izinkanyezi. okunye, okubili, okuthathu, okune ----- izinkanyezi zami ziyadumaza --- okuhlanu, isithupha, isikhombisa, 8, 9. Izinkanyezi ezingu 9 futhi ngihlanganise ezintathu kuzo. Njalo ngihlanganise esisodwa, ezimbili, nezintathu izinkanyezi. Futhi uma ubuzobala inani lenamba yezinkanyezi ubuzothi, ithi ngikwenze ngombala ohlukile -- okunye, okubili, okuthathu, okune, Manje senginezinkanyezi eziyi shumi nambili. Manje uzothi u 9 ngimuhlanganisa no 3 kulingana no 12. Kulingana no 12 Uma ubheka ulayini wezinombholo, uma ubheka ulayini wezinombholo uqala kunamba 9, muhlawumbhe unezinkanyezi ezingu 9 futhi ofaka esisodwa, ezimbhili ugcina unezinkanyezi ezingu 12, okuyiyo impendulo esiyithole ngaphambilini. Njalo ongakwenza, ungenza ngokufanayo uma usuqala ukuhlanganisa izinamba ezinkulu, namanje -- futhi ngifuna uqaphele, umehluko manje ukuthi impendulo inama dijithi amabili kuyo. Sizokhuluma kabanzi ngama dijithi kumavideo azayo, kodwa wonke idijithi iyi nani. Inokunye futhi nokubili. Yilokho u 12 ayikho. Ngeke ngiye, angeke ngingene kakhulu kulokho njengamanje. Ngicabanga uyijwayele i number 12. Kodwa engifuna ukukwenza yilokhu, manje kwenzakalani uma uqala uhlanganisa okuningi -- uma uqala ufaka amadijithi amabili izinamba ezinjalo? Umzekelo, umangabe besihlanganisa u 27 no masithi angazi -- hlanganisa no 15. Manje, uma ubunesikhathi esiningi ezandleni zakho futhi ungazange ubenendaba abantu bazoku