(music) (David Trim) Leyi voti, yeBrithani ukuba itshiye Inhlanganiso yokubambana kwamazwe eYurophu, kuzakuba lemiphumela enzima esingeke siyenelesi ukuicabange . Okhunye siyenelisa kodwa okhunenge asenelisi. Okwakhatesi, kunzima ukubona amazwe lawa onke. ukwehlukana kwembali yamazwe lawa lembali yenzondo epakhati kwawo, kunzima ukuwabona ebambana ndawonye. I European Union yadalwa Ngembi yomhlaba yesibili. Ngenxa yembi leyi enkulu kangaka, isizukulwane sabantu baseYurophu sathi " Asisafuni ukwenza lokho futhi! ' Kwabakhona ukuvumelana ukuthi uma ufuna ukutula kulondolozeke, kudingeka ukuba ngandlela-thile izimiso sezonotho eingasoze zimbangele inzondo kumbe imvukela. Abantu abanengi ngeke bakwazi ukuthi inkolo yancedisa kangakanani ekusungulweni kwenhlangano kwezonotho yase Yurophu. Kusekhona impikiswano nenkolo pakati kweEuropean Union . Ekuqaliseni komnyaka ya2000, uMongameli we -European Commission ngaleso sikhathi , Romano Prodi , empeleni wanyathelisa ibhuku. Lalotshwa ngolimi lweItalian, kodwa isihloko salo sitsho, " Umqondo we Yuropha " . Wathi : "Kuyini okungabambanisa amazwe wonge laba amaningi ehlukeneyo ? Akwanelanga ukuti abanotiliyo baphakamise ukubambana kwezombusazwe . Kumelwe ukuthi ukhona lomthombo othile owamasiko . " Wathi : " Into eyodwa abantu bonke baseYurophu balayo efanayo , into eyodwa engasienza sibambane, ubuqotho eSontweni. " Kodwa wayengumuntu wase Italy. Wayesitsho ukuthini ? Wayetsho , iSonto LamaRoman Katolika . (Gerald Klinger) Yikho zabantu bazama ukwenza Europe ibe Umthombo kodwa isikhati esinengi bengayenelesi. Cabanga nguNapoleon: konke kwakungathi kuphelele kodwa nokho , ngemvha kweminyakeni eyitshumi , futhi kwapela . Cabanga ngoHitler : laye wehluleka . Njengo muntu weYurophu, ngakhula ngile umbuzo : " Yurophu ingena kanjani isiprofitheni seBhayibhili ? " Daniyeli isahluko 2 : Inkosi waba lephupho-UNebukhadinezari waba lephupho - kulelo phupho , ebona umfanekiso omkhulu, isithombi esinhle . Izinsimbi ezihlukeneko zisetjenzisiwe zikhombise imibuso eyehlukeneyo. Yena waqala njengekhanda , ikhanda legolide , IBhabhiloni , amaMede namaPhesiya , umbuso wesiGreki ekugcineni ,umbuso wamaRoma waba namandla , kodwa kukhona enye into. Emanzwaneni , nezinyawo , ezenziwe ngobumba oluhlanganiswe nensimbi . Kodwa uDaniyeli , ngandlela-thile, uthi : " Zangeke zanamathelane . Ezinye zinamandla , kodwa ezinye zibuthakathaka." Lokhu kubonakala indaba yeYurophu. Ikakhulukazi kuvela umumo wezinto ezisanda ukuyenzakala- isimo seGreece, Spain , Italy , Cyprus - lapho amazwe e-EU osenyakatho, abonakala njengani ayabacindezela, lokungenela ezindabeni zabantu ngesikhathi ezisifunayo zonke izinhlobo zenzondo zobuzwe ezazibonakala njengani pakhati kwamanxiwa eMpi Yomhlaba yesibili, futhi ezingazange zababonakala iminyaka engu-70 seziphenduka, ngandlela-thile ngomlingo futhi bande kuphinde kwande. Ngakho sikhangelé wonke lawa amasigqi esembusweni yeUnion yeYurophu, enye yenotho ezintathu zinkulu kulazo zonke , umelekeleli omkhulu kuzo ezivikelana ndawonye nge nqubomgomo wangaphandle, ukushiya - kuzadala isikhala enhliziyweni . Isiprofetheni akuyona njento ethile ethakazelisa ukuyifunda, njenge, mabhukwini ezomlando , noma ezifundweni zeBhayibheli . Sithola umbombo wethu ,leziqondiso kumbe umfanekiso omkhulu esiprofetheni . UmBhalo usitshela ukuthi ngeke kube khona enye iYuropha ebambaneyo, izaba ubuthakathaka njalo kolunye uhlangothi iqinile, njenge esikubonayo. Kodwa akukho lapho indaba ephelela khona. UDaniyeli isahluko 2 akucini nge sithombe esile nyawo zebumba olihlanganiswe nensimbi . Kukhona idwala: elincane ekuqaleni,kodwa lelo dwala libhidliza umfanekiso wonke. Lelo idwala eliba idwala elikhulu nguJesu Kristu . Umbuso omusha. Umbuso kaNkulunkulu .