(music)Leyi voti, yeBrithani ukuba itshiye European Union, kuzakuba lemiphumela enzma esingeke siyenelesi ukuicabange . Okhunye siyenelisa kodwa okhunenge asenelisi. Okwakhatesi, kunzima ukubona ukwehlukana kwembali yamazwe lawa lembali yenzondo epakhati kwawo, kunzima ukuwabona ebambana ndawonye. I European Union yadalwa Ngembi yomhlaba yesibili. Ngenxa yembi leyi enkulu kangaka, isizukulwane sabantu baseYurophu sathi " Asisafuni ukwenza lokho futhi! ' Kwabakhona ukuvumelana ukuthi uma ufuna ukutula kulondolozeke, kudingeka ukuba ngandlela-thile izimiso sezonotho eingasoze zimbangele inzondo kumbe imvukela. Abantu abanengi ngeke bakwazi ukuthi inkolo yancedisa kangakanani ekusungulweni kwenhlangano kwezonotho yase Yurophu. Kusekhona impikiswano nenkolo pakati kweEuropean Union . Ekuqaliseni komnyaka ya2000, uMongameli we -European Commission ngaleso sikhathi , Romano Prodi , empeleni wanyathelisa ibhuku. Lalotshwa ngolimi lweItalian, kodwa isihloko salo sitsho, " Umqondo we Yuropha " . Wathi : "Kuyini okungabambanisa amazwe wonge laba amaningi ehlukeneyo ? Akwanelanga ukuti abanotiliyo baphakamise ukubambana kwezombusazwe . Kumelwe ukuthi ukhona lomthombo othile owamasiko . " Wathi : " Into eyodwa abantu bonke baseYurophu balayo efanayo , into eyodwa engasienza sibambane, ubuqotho eSontweni. " Kodwa wayengumuntu wase Italy. Wayesitsho ukuthini ? Wayetsho , iSonto LamaRoman Katolika . Yikho zabantu bazama ukwenza Europe ibe Umthombo kodwa isikhati esinengi bengayenelesi. Cabanga nguNapoleon: konke kwakungathi kuphelele kodwa nokho , ngemvha kweminyakeni eyitshumi , futhi kwapela . Cabanga ngoHitler : laye wehluleka . Njengo muntu weYurophu, ngakhula ngile umbuzo : " Yurophu ingena kanjani isiprofitheni seBhayibhili ? " Daniyeli isahluko 2 : Inkosi waba lephupho-UNebukhadinezari waba lephupho - kulelo phupho , ebona umfanekiso omkhulu, isithombi esinhle . Izinsimbi ezihlukeneko zisetjenzisiwe akhombise imibuso eyehlukene . Yena waqala njengoba ikhanda , ikhanda legolide , IBhabhiloni , amaMede namaPheresiya , umbuso lwesiGreki ekugcineni ,umbuso wamaRoma waba namandla , kodwa kukhona enye into. Zikhona izinzwani , nezinyawo , ezenziwe ngobumba oluhlanganiswe nensimbi . Kodwa uDaniyeli , ngandlela-thile , uthi : " Zangeke zanamathelane . Ezinye zinamandla , kodwa ezinye zibuthakathaka." Lokho kubonakala indaba yeYurophu. Ikakhulukazi unikezwa umumo wezinto ezisandi ukuyenzakala- isimo seGreece, Spain , Italy , Cyprus - lapho amazwe e-EU langempela ,amazwe eEU osenyakatho, abonakala njengoba abacindezelayo, njengoba ukuzigaxa ezindabeni zabantu ngesikhathi esifanayo esifuna ukuyisho, zonke izinhlobo zenzondo zobuzwe zazibonakala njengo zifile pakhati kwamanxiwa eMpi Yezwe II , futhi abazange baye babonakala iminyaka engu-70, ngandlela-thile ngomlingo futhi bande kuphinde kwande. Ngakho sikhangelé wonke laba amasigqi ezisebusweni zeYurophu Union, omunye iminotho ezintathu enkulu kunazo zonke , umelekeleli omkhulu kuzo ezivikelana ndawonye nge inqubomgomo yangaphandle, ukushiya - kuzadala isikhala enhliziyo . Isiprofetho akuyona nje okuthile okuthakazelisa esikufunda, uyazi,emabhukwini ezomlando , noma amakilasi eBhayibheli . Siyathola amabombo ethu ,lesiqondiso kumbe umfanekiso omkhulu esiprofethweni . UmBhalo usitshela ukuthi ngeke kube khona elinye zimunye Yuropha, izaba ubuthakathaka kanye iqinile, njengo esikubona. Kodwa akukho lapho indaba igcina khona. Daniyeli isahluko 2 akugcini nge sithombe sile izinyawo zobumba oluhlanganiswe nensimbi . Kukhona idwala: elincane ekuqaleni,kodwa lelo dwala libhidliza umfanekiso wonke. Lelo idwala eliba idwala elikhulu nguJesu Kristu . Umbuso omusha. Umbuso kaNkulunkulu .