Leyi voti, yeBrithani ukuba itshiye
Inhlanganiso yokubambana kwamazwe eYurophu,
kuzakuba lemiphumela enzima
esingeke siyenelesi ukuicabange.
Okhunye siyenelisa
kodwa okhunenge asenelisi.
Okwakhatesi, kunzima ukubona amazwe lawa
onke, ukwehlukana kwembali yamazwe lawa
lembali yenzondo epakhati kwawo, kunzima
ukuwabona ebambana ndawonye.
I European Union yadalwa
Ngembi yomhlaba yesibili.
Ngenxa yembi leyi enkulu kangaka,
isizukulwane sabantu
baseYurophu sathi
" Asisafuni ukwenza lokho futhi! '
Kwabakhona ukuvumelana ukuthi
uma ufuna ukutula kulondolozeke,
kudingeka ukuba ngandlela-thile
izimiso sezonotho
eingasoze zimbangele inzondo
kumbe imvukela.
Abantu abanengi ngeke bakwazi
ukuthi inkolo
yancedisa kangakanani ekusungulweni
kwenhlangano kwezonotho yase Yurophu.
Kusekhona impikiswano nenkolo
pakati kweEuropean Union.
Ekuqaliseni komnyaka ya2000, uMongameli
we-European Commission ngaleso sikhathi,
Romano Prodi,
empeleni wanyathelisa ibhuku.
Lalotshwa ngolimi lweItalian, kodwa
isihloko salo sitsho, " Umqondo we Yuropha " .
Wathi : "Kuyini okungabambanisa
amazwe wonge laba amaningi ehlukeneyo ?
Akwanelanga ukuti abanotiliyo
baphakamise ukubambana kwezombusazwe .
Kumelwe ukuthi ukhona
lomthombo othile owamasiko . "
Wathi : " Into eyodwa
abantu bonke baseYurophu balayo efanayo ,
into eyodwa engasienza sibambane,
ubuqotho eSontweni. "
Kodwa wayengumuntu wase
Italy. Wayesitsho ukuthini ?
Wayetsho , iSonto
LamaRoman Katolika .
(Gerald Klingbeil) Yikho zabantu bazama
ukwenza Europe ibe Umthombo
kodwa isikhati esinengi
bengayenelesi.
Cabanga nguNapoleon:
konke kwakungathi kuphelele kodwa nokho,
ngemvha kweminyakeni eyitshumi, futhi kwapela.
Cabanga ngoHitler :
laye wehluleka .
Njengo muntu weYurophu, ngakhula ngile umbuzo :
" Yurophu ingena kanjani isiprofitheni seBhayibhili ? "
Daniyeli isahluko 2 : Inkosi waba
lephupho-UNebukhadinezari waba lephupho -
kulelo phupho , ebona
umfanekiso omkhulu, isithombi esinhle .
Izinsimbi ezihlukeneko zisetjenzisiwe
zikhombise imibuso eyehlukeneyo.
Yena waqala njengekhanda , ikhanda legolide ,
IBhabhiloni , amaMede namaPhesiya , umbuso wesiGreki
ekugcineni ,umbuso wamaRoma
waba namandla ,
kodwa kukhona enye into.
Emanzwaneni , nezinyawo ,
ezenziwe ngobumba
oluhlanganiswe nensimbi .
Kodwa uDaniyeli , ngandlela-thile, uthi :
" Zangeke zanamathelane .
Ezinye zinamandla , kodwa ezinye zibuthakathaka."
Lokhu kubonakala indaba yeYurophu.
Ikakhulukazi kuvela umumo wezinto ezisanda
ukuyenzakala- isimo seGreece, Spain , Italy , Cyprus -
lapho amazwe e-EU osenyakatho,
abonakala njengani ayabacindezela,
lokungenela ezindabeni zabantu
ngesikhathi ezisifunayo
zonke izinhlobo zenzondo
zobuzwe ezazibonakala njengani
pakhati kwamanxiwa eMpi Yomhlaba yesibili,
futhi ezingazange zababonakala
iminyaka engu-70 seziphenduka,
ngandlela-thile ngomlingo futhi
bande kuphinde kwande.
Ngakho sikhangelé wonke lawa amasigqi
esembusweni yeUnion yeYurophu, enye
yenotho ezintathu zinkulu kulazo zonke ,
umelekeleli omkhulu kuzo ezivikelana ndawonye
nge nqubomgomo wangaphandle,
ukushiya - kuzadala isikhala enhliziyweni .
Isiprofetheni akuyona njento ethile
ethakazelisa ukuyifunda,
njenge, mabhukwini ezomlando ,
noma ezifundweni zeBhayibheli .
Sithola umbombo wethu, leziqondiso
kumbe umfanekiso omkhulu esiprofetheni .
UmBhalo usitshela ukuthi ngeke
kube khona enye iYuropha ebambaneyo,
izaba ubuthakathaka njalo kolunye
uhlangothi iqinile, njenge esikubonayo.
Kodwa akukho lapho indaba ephelela
khona. UDaniyeli isahluko 2 akucini nge
sithombe esile nyawo zebumba
olihlanganiswe nensimbi .
Kukhona idwala: elincane ekuqaleni, kodwa
lelo dwala libhidliza umfanekiso wonke.
Lelo idwala eliba idwala elikhulu
nguJesu Kristu .
Umbuso omusha. Umbuso kaNkulunkulu .