0:00:07.330,0:00:10.900 Ziningi kakhulu izinto ezinhle ezingashiwo [br]nge-Firefox Marketplace. 0:00:10.900,0:00:14.900 Yiwona mthombo ongaya kuwo ukuze uthole [br]ama-app aphambili e-Firefox OS. 0:00:15.600,0:00:19.000 Abathengi bakho bazothola [br]ama-app athandwayo omhlaba 0:00:19.000,0:00:22.420 baphinde bathole nolwazi olwenziwe [br]ngabathuthukisi ezindaweni zabo 0:00:23.260,0:00:26.840 Sisekuma-app akuleli, [br]Firefox Marketplace iphethwe 0:00:26.840,0:00:28.980 amalungu omphakathi[br]endaweni yangakini 0:00:29.520,0:00:34.000 Lokhu kusho ukuthi njengabasebenzisi be-Firefox OS,[br]abathengi bakho bahlomula 0:00:34.010,0:00:37.710 ekubeni nabaphathi abahlonza ama-app angaba usizo kuwena lapho uhlala khona. 0:00:38.900,0:00:42.640 Bangaphenya amaqoqo ama-app [br]noma bacinge amaqembu amaningi, 0:00:42.640,0:00:47.800 kusukela emidlalweni kuya kuzisetshenziswa, umculo,[br]ezokuvakasha, ezemidlalo kanye nokunye okuningi. 0:00:49.000,0:00:50.350 Ukudawuniloda i-app 0:00:50.350,0:00:54.159 abakudingayo nje ukuthinta umfuziselo, [br]bese bethinta inkinobho eluhlaza 0:00:54.159,0:00:57.600 bese iyaqala ukuloda efonini.