1 00:00:01,560 --> 00:00:04,135 Lokhu akukhona ukumasha. 2 00:00:04,375 --> 00:00:06,651 Igama lami nguGreta Thunberg 3 00:00:06,852 --> 00:00:10,212 Siphila ekuqaleni kokuqothulwa okukhulu. 4 00:00:11,171 --> 00:00:13,612 Isimo sethu sezulu siyawohloka. 5 00:00:14,022 --> 00:00:18,217 Izingane ezinjengami zidela imfundo ukuze zibhikishe. 6 00:00:18,561 --> 00:00:20,897 Kodwa sisengakulungisa lokhu. 7 00:00:20,897 --> 00:00:22,963 Usengakulungisa lokhu. 8 00:00:23,372 --> 00:00:26,577 Ukuze sisinde, sidinga ukuyeka ukushisa izinto ezimbiwayo, kodwa lokhu kukodwa akwanele. 9 00:00:27,217 --> 00:00:29,822 Kukhulunywa ngamakhambi amaningi, kodwa kuthiwani ngekhambi eliphambi 10 00:00:30,112 --> 00:00:32,692 kwethu ngqo? 11 00:00:32,692 --> 00:00:35,412 Ngizodedela umngane wami uGeorge achaze. 12 00:00:35,682 --> 00:00:38,112 Kunomshini ongumlingo omunca ikhabhoni emoyeni, ubiza kancane 13 00:00:38,211 --> 00:00:42,721 futhi uyazakha. 14 00:00:42,721 --> 00:00:44,418 Ubizwa... isihlahla. 15 00:00:44,418 --> 00:00:46,466 Isihlahla yisibonelo sekhambi lemvelo lesimo sezulu. 16 00:00:46,576 --> 00:00:47,929 Imihlume, amaxhaphozi, amahlathi, ukujula kolwandle, amahlathi e-kelp, izixhobo zamakhorali, 17 00:00:47,929 --> 00:00:48,872 zithatha ikhabhoni emoyeni futhi ziyivalele. 18 00:00:48,952 --> 00:00:53,692 Imvelo iyithuluzi esingalisebenisa ukulungisa isimo sethu sezulu esonakele. 19 00:00:53,692 --> 00:00:56,502 Lamakhambi emvelo esimo sezulu angenza umehluko omkhulu. 20 00:00:56,502 --> 00:00:58,772 Kuyancomeka, ne? 21 00:00:58,772 --> 00:01:02,692 Kodwa kuphela uma nathi singaziyeka izinto ezimbiwayo emhlabathini. 22 00:01:03,212 --> 00:01:07,883 Nakhu okubi ... okwamanje siyakuziba. 23 00:01:08,502 --> 00:01:12,325 Sichitha okuphindwe ngaphezu kwesigidi emixhasweni yezinto ezimbiwayo 24 00:01:12,325 --> 00:01:14,012 kunamakhambi emvelo. 25 00:01:14,222 --> 00:01:17,622 Amakhambi emvelo esimo sezulu athola u-2% nje 26 00:01:19,702 --> 00:01:21,892 wayo yonke imali esetshenziselwa ukubhekana nokuwohloka kwesimo sezulu. 27 00:01:21,892 --> 00:01:24,402 28 00:01:25,744 --> 00:01:30,548 Lena yimali yakho, yintela yakho nokonga kwakho. 29 00:01:30,548 --> 00:01:32,842 Okubi nakakhulu, khona manje ngesikhathi esidinga imvelo nakakhulu ngaso 30 00:01:32,842 --> 00:01:35,377 siyicekela phansi ngokushesha kunanini. 31 00:01:35,377 --> 00:01:39,053 Usuku ngalunye kushabalala izinhlobo zezilwane ezingaba ngu-200. 32 00:01:39,394 --> 00:01:41,021 Ingxenye enkulu yeqhwa lase-Arctic ayisekho. 33 00:01:41,021 --> 00:01:43,468 Iningi lezilwane zethu zasendle alisekho. 34 00:01:43,773 --> 00:01:44,958 Inngxenye enkulu yenhlabathi yethu ayisekho. 35 00:01:44,958 --> 00:01:47,211 Ngakho ke yini okumele siyenze ? 36 00:01:47,211 --> 00:01:50,094 Yini okumele uyenze? 37 00:01:50,094 --> 00:01:54,228 Kulula ... kudingeka sivikele, sibuyisele futhi sihlinzeke ngemali. 38 00:01:54,462 --> 00:01:57,050 Vikela. 39 00:01:57,050 --> 00:01:59,029 Amahlathi emvula agawulwa 40 00:01:59,029 --> 00:02:01,012 ngezinga lezinkundla zebhola lezinyawo ezingu-30 ngomzuzu. 41 00:02:01,012 --> 00:02:02,813 Lapho imvelo yenza okuthile okubalulekile, kufanele siyivikele. 42 00:02:02,813 --> 00:02:04,374 Buyisela 43 00:02:04,374 --> 00:02:05,458 Ingxenye enkulu yomhlaba wethu yonakele. 44 00:02:05,458 --> 00:02:06,225 Kodwa imvelo ingazivuselela 45 00:02:06,225 --> 00:02:07,429 futhi singasiza umphakathi wemvelo ubuyele esimweni. 46 00:02:07,429 --> 00:02:08,501 Hlinzeka ngemali. 47 00:02:08,501 --> 00:02:09,513 Kudingeka siyeke ukuhlinzeka ngemali izinto ezibulala imvelo 48 00:02:10,084 --> 00:02:11,198 futhi sikhokhele izinto eziyisizayo. 49 00:02:11,198 --> 00:02:13,325 Kulula kanjalo. 50 00:02:13,325 --> 00:02:16,153 Vikela, Buyisela, hlinzeka ngemali. 51 00:02:16,153 --> 00:02:18,679 Lokhu kungenzeka kuyo yonke indawo. 52 00:02:18,679 --> 00:02:20,505 Abantu abaningi sebeqalile ukusebenzisa amakhambi emvelo esimo sezulu. 53 00:02:20,505 --> 00:02:21,878 Kudingeka sikwenze ngezinga eliphezulu. 54 00:02:21,878 --> 00:02:24,581 Ungaba yingxenye yalokhu. 55 00:02:24,581 --> 00:02:26,581 Votela abantu abavikela imvelo. 56 00:02:26,581 --> 00:02:30,042 Thumela levidiyo kwabanye. 57 00:02:31,051 --> 00:02:31,881 Khuluma ngalokhu. 58 00:02:32,702 --> 00:02:36,172 Emhlabeni wonke jikelele kunezinhlangano ezmangalisayo ezilwela imvelo. 59 00:02:36,172 --> 00:02:38,412 Hlanganyela nazo! 60 00:02:39,112 --> 00:02:40,756 Konke kubalulekile. 61 00:02:40,756 --> 00:02:42,018 Okwenzayo kubalilekile.