Return to Video

MasterFirefoxOS.com: Firefox Browser

  • 0:08 - 0:12
    Isiphequluli se-Firefox indlela esheshayo elula
    nephephile yokuthola i-Inthanethi ephambili.
  • 0:13 - 0:17
    Abathengi bakho bangabheka amasayithi abawathandayo
    khona eskrinini sasekhaya
  • 0:18 - 0:20
    noma basebenzise i-bar ukuvakashela amawebhusayithi,
  • 0:21 - 0:24
    bacinge baphinde bafinyelele umlando wokucinga kwabo
  • 0:24 - 0:28
    amathebhu enza bakwazi ukwenza okuningi
    ngokuphenya amakhasi amaningi ngesikhathi esisodwa.
  • 0:29 - 0:31
    Konke kwenziwe yi-Mozilla,
  • 0:31 - 0:35
    umphakathi womhlaba ozibophezele ekuqinisekiseni ukuthi i-Inthanethi
    ihlala ivulelekile futhi ifinyeleleka kubo bonke.
Title:
MasterFirefoxOS.com: Firefox Browser
Video Language:
English
Duration:
0:39

Zulu subtitles

Revisions