Return to Video

MasterFirefoxOS.com: Stay Connected

  • 0:07 - 0:10
    Kuhlezi kuwumqondo omuhle
    ukukhumbuza abathengi bakho ukuthi
  • 0:10 - 0:14
    i-Firefox OS ingabasiza bahlale bexhumene nabangani
    nabasebenza nabo noma bekuphi nendawo.
  • 0:15 - 0:17
    Konke okulindelwe abathengi bakho kukhona
  • 0:17 - 0:20
    kusukela emiyalezweni yemiqhafazo
  • 0:20 - 0:24
    kuya kuma-imeyli nakuma-app afika efakelwe
    ezinkundla zokuxhumana njenge-Facebook ne-Twitter.
  • 0:26 - 0:29
    ungakhohlwa ukubalula ama-app emiyalezo esheshayo.
  • 0:29 - 0:33
    Amanye ama-app afika efakiwe, amanye
    ayatholakala ku-marketplace.
  • 0:34 - 0:36
    I-Line yisibonelo esihle salokhu,
  • 0:37 - 0:41
    I-Line yenza abasebenzisi be Firefox OS
    bathumele baphinde bathole imiyalezo,
  • 0:41 - 0:45
    imifanekiso yopopayi, izithombe, amavidiyo
    kanye namafayela emisindo.
  • 0:46 - 0:50
    Bangasungula iqembu lezindaba baxoxe baphinde
    bathole izaziso uma kunemiyalezo emisha
  • 0:50 - 0:52
    ngisho noma i-app ivaliwe
Title:
MasterFirefoxOS.com: Stay Connected
Video Language:
English
Duration:
0:56

Zulu subtitles

Revisions