0:00:01.560,0:00:04.135 Lokhu akukhona ukumasha. 0:00:04.375,0:00:06.651 Igama lami nguGreta Thunberg 0:00:06.852,0:00:10.212 Siphila ekuqaleni kokuqothulwa okukhulu. 0:00:11.171,0:00:13.612 Isimo sethu sezulu siyawohloka. 0:00:14.022,0:00:18.217 Izingane ezinjengami zidela imfundo ukuze zibhikishe. 0:00:18.561,0:00:20.897 Kodwa sisengakulungisa lokhu. 0:00:20.897,0:00:22.963 Usengakulungisa lokhu. 0:00:23.372,0:00:26.577 Ukuze sisinde, sidinga ukuyeka ukushisa izinto ezimbiwayo, kodwa lokhu kukodwa akwanele. 0:00:27.217,0:00:29.822 Kukhulunywa ngamakhambi amaningi, kodwa kuthiwani ngekhambi eliphambi 0:00:30.112,0:00:32.692 kwethu ngqo? 0:00:32.692,0:00:35.412 Ngizodedela umngane wami uGeorge achaze. 0:00:35.682,0:00:38.112 Kunomshini ongumlingo omunca ikhabhoni emoyeni, ubiza kancane 0:00:38.211,0:00:42.721 futhi uyazakha. 0:00:42.721,0:00:44.418 Ubizwa... isihlahla. 0:00:44.418,0:00:46.466 Isihlahla yisibonelo sekhambi lemvelo lesimo sezulu. 0:00:46.576,0:00:47.929 Imihlume, amaxhaphozi, amahlathi, ukujula kolwandle, amahlathi e-kelp, izixhobo zamakhorali, 0:00:47.929,0:00:48.872 zithatha ikhabhoni emoyeni futhi ziyivalele. 0:00:48.952,0:00:53.692 Imvelo iyithuluzi esingalisebenisa ukulungisa isimo sethu sezulu esonakele. 0:00:53.692,0:00:56.502 Lamakhambi emvelo esimo sezulu angenza umehluko omkhulu. 0:00:56.502,0:00:58.772 Kuyancomeka, ne? 0:00:58.772,0:01:02.692 Kodwa kuphela uma nathi singaziyeka izinto ezimbiwayo emhlabathini. 0:01:03.212,0:01:07.883 Nakhu okubi ... okwamanje siyakuziba. 0:01:08.502,0:01:12.325 Sichitha okuphindwe ngaphezu kwesigidi emixhasweni yezinto ezimbiwayo 0:01:12.325,0:01:14.012 kunamakhambi emvelo. 0:01:14.222,0:01:17.622 Amakhambi emvelo esimo sezulu athola u-2% nje 0:01:19.702,0:01:21.892 wayo yonke imali esetshenziselwa ukubhekana nokuwohloka kwesimo sezulu. 0:01:21.892,0:01:24.402 0:01:25.744,0:01:30.548 Lena yimali yakho, yintela yakho nokonga kwakho. 0:01:30.548,0:01:32.842 Okubi nakakhulu, khona manje ngesikhathi esidinga imvelo nakakhulu ngaso 0:01:32.842,0:01:35.377 siyicekela phansi ngokushesha kunanini. 0:01:35.377,0:01:39.053 Usuku ngalunye kushabalala izinhlobo zezilwane ezingaba ngu-200. 0:01:39.394,0:01:41.021 Ingxenye enkulu yeqhwa lase-Arctic ayisekho. 0:01:41.021,0:01:43.468 Iningi lezilwane zethu zasendle alisekho. 0:01:43.773,0:01:44.958 Inngxenye enkulu yenhlabathi yethu ayisekho. 0:01:44.958,0:01:47.211 Ngakho ke yini okumele siyenze ? 0:01:47.211,0:01:50.094 Yini okumele uyenze? 0:01:50.094,0:01:54.228 Kulula ... kudingeka sivikele, sibuyisele futhi sihlinzeke ngemali. 0:01:54.462,0:01:57.050 Vikela. 0:01:57.050,0:01:59.029 Amahlathi emvula agawulwa 0:01:59.029,0:02:01.012 ngezinga lezinkundla zebhola lezinyawo ezingu-30 ngomzuzu. 0:02:01.012,0:02:02.813 Lapho imvelo yenza okuthile okubalulekile, kufanele siyivikele. 0:02:02.813,0:02:04.374 Buyisela 0:02:04.374,0:02:05.458 Ingxenye enkulu yomhlaba wethu yonakele. 0:02:05.458,0:02:06.225 Kodwa imvelo ingazivuselela 0:02:06.225,0:02:07.429 futhi singasiza umphakathi wemvelo ubuyele esimweni. 0:02:07.429,0:02:08.501 Hlinzeka ngemali. 0:02:08.501,0:02:09.513 Kudingeka siyeke ukuhlinzeka ngemali izinto ezibulala imvelo 0:02:10.084,0:02:11.198 futhi sikhokhele izinto eziyisizayo. 0:02:11.198,0:02:13.325 Kulula kanjalo. 0:02:13.325,0:02:16.153 Vikela, Buyisela, hlinzeka ngemali. 0:02:16.153,0:02:18.679 Lokhu kungenzeka kuyo yonke indawo. 0:02:18.679,0:02:20.505 Abantu abaningi sebeqalile ukusebenzisa amakhambi emvelo esimo sezulu. 0:02:20.505,0:02:21.878 Kudingeka sikwenze ngezinga eliphezulu. 0:02:21.878,0:02:24.581 Ungaba yingxenye yalokhu. 0:02:24.581,0:02:26.581 Votela abantu abavikela imvelo. 0:02:26.581,0:02:30.042 Thumela levidiyo kwabanye. 0:02:31.051,0:02:31.881 Khuluma ngalokhu. 0:02:32.702,0:02:36.172 Emhlabeni wonke jikelele kunezinhlangano ezmangalisayo ezilwela imvelo. 0:02:36.172,0:02:38.412 Hlanganyela nazo! 0:02:39.112,0:02:40.756 Konke kubalulekile. 0:02:40.756,0:02:42.018 Okwenzayo kubalilekile.