WEBVTT 00:00:01.560 --> 00:00:04.135 Lokhu akukhona ukumasha. 00:00:04.375 --> 00:00:06.651 Igama lami nguGreta Thunberg 00:00:06.852 --> 00:00:10.212 Siphila ekuqaleni kokuqothulwa okukhulu. 00:00:11.171 --> 00:00:13.612 Isimo sethu sezulu siyawohloka. 00:00:14.022 --> 00:00:18.217 Izingane ezinjengami zidela imfundo ukuze zibhikishe. 00:00:18.561 --> 00:00:20.897 Kodwa sisengakulungisa lokhu. 00:00:20.897 --> 00:00:22.963 Usengakulungisa lokhu. 00:00:23.372 --> 00:00:26.577 Ukuze sisinde, sidinga ukuyeka ukushisa izinto ezimbiwayo, kodwa lokhu kukodwa akwanele. 00:00:27.217 --> 00:00:29.822 Kukhulunywa ngamakhambi amaningi, kodwa kuthiwani ngekhambi eliphambi 00:00:30.112 --> 00:00:32.692 kwethu ngqo? 00:00:32.692 --> 00:00:35.412 Ngizodedela umngane wami uGeorge achaze. 00:00:35.682 --> 00:00:38.112 Kunomshini ongumlingo omunca ikhabhoni emoyeni, ubiza kancane 00:00:38.211 --> 00:00:42.721 futhi uyazakha. 00:00:42.721 --> 00:00:44.418 Ubizwa... isihlahla. 00:00:44.418 --> 00:00:46.466 Isihlahla yisibonelo sekhambi lemvelo lesimo sezulu. 00:00:46.576 --> 00:00:47.929 Imihlume, amaxhaphozi, amahlathi, ukujula kolwandle, amahlathi e-kelp, izixhobo zamakhorali, 00:00:47.929 --> 00:00:48.872 zithatha ikhabhoni emoyeni futhi ziyivalele. 00:00:48.952 --> 00:00:53.692 Imvelo iyithuluzi esingalisebenisa ukulungisa isimo sethu sezulu esonakele. 00:00:53.692 --> 00:00:56.502 Lamakhambi emvelo esimo sezulu angenza umehluko omkhulu. 00:00:56.502 --> 00:00:58.772 Kuyancomeka, ne? 00:00:58.772 --> 00:01:02.692 Kodwa kuphela uma nathi singaziyeka izinto ezimbiwayo emhlabathini. 00:01:03.212 --> 00:01:07.883 Nakhu okubi ... okwamanje siyakuziba. 00:01:08.502 --> 00:01:12.325 Sichitha okuphindwe ngaphezu kwesigidi emixhasweni yezinto ezimbiwayo 00:01:12.325 --> 00:01:14.012 kunamakhambi emvelo. 00:01:14.222 --> 00:01:17.622 Amakhambi emvelo esimo sezulu athola u-2% nje 00:01:19.702 --> 00:01:21.892 wayo yonke imali esetshenziselwa ukubhekana nokuwohloka kwesimo sezulu. 00:01:21.892 --> 00:01:24.402 00:01:25.744 --> 00:01:30.548 Lena yimali yakho, yintela yakho nokonga kwakho. 00:01:30.548 --> 00:01:32.842 Okubi nakakhulu, khona manje ngesikhathi esidinga imvelo nakakhulu ngaso 00:01:32.842 --> 00:01:35.377 siyicekela phansi ngokushesha kunanini. 00:01:35.377 --> 00:01:39.053 Usuku ngalunye kushabalala izinhlobo zezilwane ezingaba ngu-200. 00:01:39.394 --> 00:01:41.021 Ingxenye enkulu yeqhwa lase-Arctic ayisekho. 00:01:41.021 --> 00:01:43.468 Iningi lezilwane zethu zasendle alisekho. 00:01:43.773 --> 00:01:44.958 Inngxenye enkulu yenhlabathi yethu ayisekho. 00:01:44.958 --> 00:01:47.211 Ngakho ke yini okumele siyenze ? 00:01:47.211 --> 00:01:50.094 Yini okumele uyenze? 00:01:50.094 --> 00:01:54.228 Kulula ... kudingeka sivikele, sibuyisele futhi sihlinzeke ngemali. 00:01:54.462 --> 00:01:57.050 Vikela. 00:01:57.050 --> 00:01:59.029 Amahlathi emvula agawulwa 00:01:59.029 --> 00:02:01.012 ngezinga lezinkundla zebhola lezinyawo ezingu-30 ngomzuzu. 00:02:01.012 --> 00:02:02.813 Lapho imvelo yenza okuthile okubalulekile, kufanele siyivikele. 00:02:02.813 --> 00:02:04.374 Buyisela 00:02:04.374 --> 00:02:05.458 Ingxenye enkulu yomhlaba wethu yonakele. 00:02:05.458 --> 00:02:06.225 Kodwa imvelo ingazivuselela 00:02:06.225 --> 00:02:07.429 futhi singasiza umphakathi wemvelo ubuyele esimweni. 00:02:07.429 --> 00:02:08.501 Hlinzeka ngemali. 00:02:08.501 --> 00:02:09.513 Kudingeka siyeke ukuhlinzeka ngemali izinto ezibulala imvelo 00:02:10.084 --> 00:02:11.198 futhi sikhokhele izinto eziyisizayo. 00:02:11.198 --> 00:02:13.325 Kulula kanjalo. 00:02:13.325 --> 00:02:16.153 Vikela, Buyisela, hlinzeka ngemali. 00:02:16.153 --> 00:02:18.679 Lokhu kungenzeka kuyo yonke indawo. 00:02:18.679 --> 00:02:20.505 Abantu abaningi sebeqalile ukusebenzisa amakhambi emvelo esimo sezulu. 00:02:20.505 --> 00:02:21.878 Kudingeka sikwenze ngezinga eliphezulu. 00:02:21.878 --> 00:02:24.581 Ungaba yingxenye yalokhu. 00:02:24.581 --> 00:02:26.581 Votela abantu abavikela imvelo. 00:02:26.581 --> 00:02:30.042 Thumela levidiyo kwabanye. 00:02:31.051 --> 00:02:31.881 Khuluma ngalokhu. 00:02:32.702 --> 00:02:36.172 Emhlabeni wonke jikelele kunezinhlangano ezmangalisayo ezilwela imvelo. 00:02:36.172 --> 00:02:38.412 Hlanganyela nazo! 00:02:39.112 --> 00:02:40.756 Konke kubalulekile. 00:02:40.756 --> 00:02:42.018 Okwenzayo kubalilekile.