Return to Video

Ukuhlanganisa kwesibili

  • 0:00 - 0:02
    Kwi sifundo esindlule sifunde ukuhlanganisa esikwaziyo
  • 0:03 - 0:06
    masithathe izinumba ezincane
  • 0:06 - 0:10
    isibonelo, uma sihlanganise ukuthathu nokubili, kuthathe ngalendlela
  • 0:11 - 0:15
    mhlawumbe nginama lemoni -- enye, ezimbili, ezintathu
  • 0:15 - 0:18
    futhi uma besi hlanganisa lawo ma lemon mhlawumbe nama lime amabili
  • 0:18 - 0:22
    kuba yi lime noma amalime?
  • 0:22 - 0:24
    masivele, kuma lemoni amabili aluhlaza noma amabili futhi ama cephe esithelo
  • 0:26 - 0:31
    mangakhi ama tart, izithelo ezimuncu engisele nazo?
  • 0:32 - 0:38
    kahlekahle, sifunde kwi video endlule besinenye, amambili, amathathu
  • 0:38 - 0:40
    Njalo okuthathu sikuhlanganisa nokubili kulingana nokuhlanu.
  • 0:40 - 0:41
    Futhi sibonile ukuthi kuyafana
  • 0:42 - 0:45
    nokuthi sihlanganise okubili nokuthathu.
  • 0:45 - 0:46
    Futhi ngicabanga ukuthi kwenza ingqondo ngoba kuyafana
  • 0:47 - 0:49
    nokuqala ngokuthi, muhlawumbe unama lemoni amabili futhi
  • 0:49 - 0:52
    uhlanganisa amalime amathathu kuwo.
  • 0:52 - 0:55
    Uzogcina usele nezithele ezinhlanu.
  • 0:55 - 0:58
    Okunye, okubili, okuthathu, okune, okuhlanu...
  • 0:58 - 0:59
    Kanjalo njalo
  • 0:59 - 1:01
    Pho akunandaba indlela ohlanganisa ngayo,
  • 1:01 - 1:02
    uzothola okuhlanu.
  • 1:02 - 1:05
    Futhi lendlela yokucabanga ngokuhlanganisa ngiyibona njengendlela
  • 1:05 - 1:07
    yokucabanga ngendlela yokuhlanganisa.
  • 1:07 - 1:09
    Enye into esiyibonile kwi video yokugcina yinguquko
  • 1:09 - 1:10
    yomugqa wezinombolo futhi ziyinto efanayo nje.
  • 1:12 - 1:14
    Njalo singadweba umugqa.
  • 1:14 - 1:15
    Futhi konke umugqa wezinombolo oyikho, uhlela zonke
  • 1:15 - 1:17
    izinombolo ngokulandelana.
  • 1:17 - 1:18
    Uhlela zonke izinombolo futhi ungaya
  • 1:18 - 1:20
    phezulu njengoba ufuna.
  • 1:20 - 1:23
    Ungaya uze ufike kwi million, gazillion, trillion.
  • 1:23 - 1:24
    Ngeke sikwenze lokho; Ngeke ngibe nesikhala noma isikhathi ku
  • 1:24 - 1:26
    levideo ukwenza lokhu.
  • 1:26 - 1:27
    Futhi ungaya phansi njengoba kungenzeka.
  • 1:27 - 1:29
    soqala ngeqanda, thatha njengeqiniso -- kuma video azayo ngizonitshela
  • 1:31 - 1:33
    ngezinumba ezincane kuneqanda
  • 1:33 - 1:36
    Futhi muhlawumbe ungacabanga ukuthi lokho kungachazani namuhla ebusuku.
  • 1:36 - 1:39
    Futhi masiqale kwi qanda, futhi iqanda lisho okungekho.
  • 1:39 - 1:44
    uma ngineqanda lama lemoni, kusho ukuthi anginawo amalemoni.
  • 1:44 - 1:56
    Njalo iqanda, okunye, okubili, okuthathu, okune, okuyisithupha, isikhombisa, isishagalombili, isishagalolunye, ishumi nanye --
  • 1:56 - 1:57
    masiye phezulu kakhulu.
  • 1:57 - 1:58
    ishumi nambili.
  • 1:58 - 2:00
    Ngaleyo ndlela ngingasebenzisa umugqa wezinombolo.
  • 2:00 - 2:02
    ishumi nantathu, ishumi nane, ngingaqhubeka ngihambe, kodwa muhlawumbe ishumi nanye lizo
  • 2:02 - 2:03
    kwanela kule video.
  • 2:05 - 2:07
    Kodwa masisebenzise umugqa wezinombolo kulokhu kuhlanganisa
  • 2:07 - 2:09
    lezinkinga lapha.
  • 2:09 - 2:11
    Njalo ku video yokugcina, uma sibuyekeza, ungabheka okuthathu ukuhlanganisa
  • 2:14 - 2:16
    nokubili njengokuqala ngokuthathu futhi sihlanganisa okubili kukho.
  • 2:16 - 2:18
    noma siya kokubili okukhulu kunokuthathu.
  • 2:18 - 2:21
    Futhi umasiya phezulu noma sihlanganisa kumugqa wezinombolo
  • 2:22 - 2:23
    siya kwesokudla noma siya phezulu ngokubili.
  • 2:23 - 2:25
    Njalo masiye phezulu ngokubili.
  • 2:25 - 2:28
    Ngizokwenza lokhu kulombala weolintshi.
  • 2:28 - 2:30
    Masiye phezulu ngokubili.
  • 2:30 - 2:32
    Njalo siqale kokuthathu futhi siya phezulu ngokunye.
  • 2:32 - 2:34
    Futhi bese siya phezulu ngokubili, noma sigxume,
  • 2:34 - 2:36
    futhi sigcina kokuhlanu.
  • 2:36 - 2:38
    Okuyikho kanye esikuthole ngokwendlule.
  • 2:38 - 2:39
    Uma sinama lemoni amathathu, songeza ngeyodwa, sibe nama lemoni amane.
  • 2:41 - 2:44
    Sifaka enye ilemon, sinama lemoni amahlanu noma ama lime noma amaphisi amuncu.
  • 2:46 - 2:47
    izithelo, noma yini ongafuna ukuyisho.
  • 2:47 - 2:49
    Futhi uma ubheka kulenguqulo yakho uma
  • 2:49 - 2:51
    uguqula uhlelo, siqala kokubili sihlanganisa
  • 2:52 - 2:55
    izinto ezintathu kukho.
  • 2:55 - 2:58
    kulokhu, bekunama lemoni noma amalimes
  • 2:58 - 3:00
    Njalo sizofaka okuthathu kukho.
  • 3:00 - 3:03
    Okunye, okubili, okuthathu
  • 3:03 - 3:05
    Futhi njengoba besilindele, sithole into eyodwa.
  • 3:06 - 3:08
    Sithela okuhlanu futhi.
  • 3:08 - 3:10
    Manje engifuna ukukwenza kule video futhi engithemba bekuyindlela
  • 3:12 - 3:14
    yokuzikhumbuza, uma ngifuna ukusukela izinkinga ezinzima.
  • 3:14 - 3:16
    Ngifuna ukusukela izinamba eziningana.
  • 3:16 - 3:17
    Futhuke kule video elandelayo -- futhi kule video ngifuna ukukunikeza umsebenzi wokuzijwayeza
  • 3:18 - 3:20
    ngokusebenza ngezi namba ezinkulu.
  • 3:21 - 3:22
    Futhi kule video elandelayo sizocacisa kakhulu
  • 3:23 - 3:25
    futhi sicabange ukuthi zichazani izinamba.
  • 3:25 - 3:27
    Kodwa masithole ukuziqeqesha ngokwazi ukuthi
  • 3:27 - 3:32
    uhlanganisa kanjani izinkinga ezinezinamba ezinkulu?
  • 3:32 - 3:37
    Ithi ngiyibhale kahle, ngombala o phephuli.
  • 3:37 - 3:45
    Masithi bengifuna ukuhlanganisa u 9 no 3.
  • 3:45 - 3:47
    Ziningi izindlela zokwenza lokho.
  • 3:47 - 3:49
    Singathi, asibone.
  • 3:51 - 3:55
    Muhlawumbe ngingadweba izinkanyezi.
  • 3:55 - 3:57
    okunye, okubili, okuthathu, okune ----- izinkanyezi zami ziyadumaza --- okuhlanu, isithupha, isikhombisa, 8, 9.
  • 4:02 - 4:06
    Izinkanyezi ezingu 9 futhi ngihlanganise ezintathu kuzo.
  • 4:06 - 4:10
    Njalo ngihlanganise esisodwa, ezimbili, nezintathu izinkanyezi.
  • 4:10 - 4:10
    Futhi uma ubuzobala inani lenamba yezinkanyezi
  • 4:12 - 4:14
    ubuzothi, ithi ngikwenze ngombala ohlukile -- okunye, okubili, okuthathu, okune,
  • 4:21 - 4:23
    Manje senginezinkanyezi eziyi shumi nambili.
  • 4:23 - 4:28
    Manje uzothi u 9 ngimuhlanganisa no 3 kulingana no 12. Kulingana no 12
  • 4:29 - 4:32
    Uma ubheka ulayini wezinombholo, uma ubheka ulayini wezinombholo uqala kunamba 9,
  • 4:33 - 4:35
    muhlawumbhe unezinkanyezi ezingu 9 futhi ofaka esisodwa, ezimbhili
  • 4:40 - 4:42
    ugcina unezinkanyezi ezingu 12, okuyiyo
  • 4:42 - 4:45
    impendulo esiyithole ngaphambilini.
  • 4:45 - 4:48
    Njalo ongakwenza, ungenza ngokufanayo uma usuqala ukuhlanganisa izinamba ezinkulu,
  • 4:48 - 4:51
    namanje -- futhi ngifuna uqaphele,
  • 4:51 - 4:53
    umehluko manje ukuthi impendulo inama dijithi amabili kuyo.
  • 4:56 - 4:58
    Sizokhuluma kabanzi ngama dijithi kumavideo azayo, kodwa wonke
  • 4:58 - 5:00
    idijithi iyi nani.
  • 5:00 - 5:02
    Inokunye futhi nokubili.
  • 5:02 - 5:03
    Yilokho u 12 ayikho.
  • 5:03 - 5:05
    Ngeke ngiye, angeke ngingene kakhulu kulokho njengamanje.
  • 5:05 - 5:08
    Ngicabanga uyijwayele i number 12.
  • 5:08 - 5:09
    Kodwa engifuna ukukwenza yilokhu, manje kwenzakalani uma uqala
  • 5:09 - 5:12
    uhlanganisa okuningi -- uma uqala ufaka amadijithi amabili
  • 5:12 - 5:13
    izinamba ezinjalo?
  • 5:16 - 5:31
    Umzekelo, umangabe besihlanganisa u 27 no masithi
  • 5:31 - 5:35
    angazi -- hlanganisa no 15.
  • 5:35 - 5:37
    Manje, uma ubunesikhathi esiningi ezandleni zakho futhi ungazange
  • 5:40 - 5:42
    ubenendaba abantu bazoku
  • Not Synced
    Singadweba indingiliza futhi.
  • Not Synced
    amane, amahlanu amacephu ezithelo.
  • Not Synced
    izinkanyezi, ezintathu izinkanyezi kulokho.
  • Not Synced
    okuhlanu, isithupha, isikhombisa, isishagalombili, isishagalolunye, ishumi, ishumi nalunye, ishumi nambili.
Title:
Ukuhlanganisa kwesibili
Description:

Adding 2-digit numbers

more » « less
Video Language:
English
Duration:
12:26
spgoqo edited Zulu subtitles for Addition 2
spgoqo edited Zulu subtitles for Addition 2
spgoqo edited Zulu subtitles for Addition 2
spgoqo added a translation

Zulu subtitles

Incomplete

Revisions